1
/
of
1
My Store
Intombazanyana eyayingafuni ukukhula
Intombazanyana eyayingafuni ukukhula
Regular price
R 82.00 ZAR
Regular price
Sale price
R 82.00 ZAR
Shipping calculated at checkout.
Quantity
Couldn't load pickup availability
uAyanda uthanda ubaba wakhe ngenhliziyo yakhe yonke. Ngelinye ilanga ubaba wakhe uhamba sengathi uzobuya kodwa lutho uhamba unomphela. Lokhu kumzwisa ubuhlungu kakhulu uze uthatha isinqumo sokuthi akafuni ukukhula. Uhlala isikhathi eside eyingane encane, kwala ngisho noma abangane bakhe bemgcona. Ngelinye ilanga umama wakhe uyagula, lokhu kumenza ukuthi awushintshe umqondo wakhe. Uqala ukukhula uba mude ukuze akwazi ukusiza umndeni wakhe. Nakhu sekuvela umonakalo esigodini sangakubo! Ngabe u-Ayanda mkhulu ngokwanele kanti futhi ngabe unaso isibindi sokuvikela wonke umuntu wendawo?
Share
